Alerts

Umkhandlu omusha

Umkhandlu omusha usunezinyanga ezinhlanu wagcotshelwa ukuwengamela uMasipala wakwaNongoma. Ziningi izinselelo esihlangabezane nazo uma singena emkhandlwini. Ezinye zalezi zinselelo yilezi ezilandelayo:

  1. Ukukhubazeka kokusebenza kukaMasipala ngenxa yezikhala ezingavaliwe zamaManenja abalulekile.
  2. Ukwehla kwezinga lokusebenzanokuzinikela kwabasebenzi baka Masipala.
  3. Ukuxhumana phakathi kweminyango kaMasipala kanye naphakathi kwabasebenzi beminyango.